We do not have a sample of this song ):

Jabulani Hadebe (Sjava)'s picture

Amaphiko (Sjava and Saudi)

(View album: Isibuko)

A Major (Ionian)

number of views for this lyric  2201 views

play button

40% accurate

K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K'thiw' umuntu wakho ungazi
Kuth' uyimiseleni ngawe
K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K'thiw' umuntu wakho ungazi
Kuth' uhleleni ngawe

Uzothu'thath' izinto zakho wena uyaphuma
Uyahamba awusabuyi
Uz'ufike emnyango ungavinjiwe
Uzothu'thath' izinto zakho wena uyaphuma
Uyahamba awusabuyi
Uz'ufike emnyango ungavinjiwe

Uyobona lapho ukuthi akusiz' ukuduba
Kodwa ub'ungancengiwe
Uyobona lapho ukuthi akusiz' ukuduba
Kodwa ub'ungancengiwe
Why ungibuz' ukuthi I won't fight for you
Futh'uwena othe langaphandle khona abangcono
Mina I don't deserve you
Manje ung'fonela udakiwe ngabo 3 ekuseni
Ujuthwa u-Summer Walker
Uyangthuka ufuna silwe
Sorry I don't need that energy
No woman no cry, women no cry
Ngidlala uBob Marley on repeat,
Peace

K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K'thiw' ubuntu wakho ungazi
Kuth' uyimiseleni ngawe
K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K'thiw' ubuntu wakho ungazi
Kuth' uhleleni ngawe

Uzothu'thath' izinto zakho wena uyaphuma
Uyahamba awusabuyi
Uz'ufike emnyango ungavinjiwe
Uzothu'thath' izinto zakho wena uyaphuma
Uyahamba awusabuyi
Uz'ufike emnyango ungavinjiwe

I will never fight you
Ngeke ngik'vimbe
I really hope ungcono ke lomtholile
Akafani nami, fani nami
Akafani nami
Fani nami
How am I at fault, wuwe okhethile
Ngizobe ngikulandelelani
It's not like ungimemile
Nge'ngikhone,
I can't argue nawe ngeke ngilunge
Sisi uzoziphikisa uz'ukhathale
Angikho lapho

K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K'thiw' ubuntu wakho ungazi
Kuth' uyimiseleni ngawe
K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K'thiw' ubuntu wakho ungazi
Kuth' uhleleni ngawe

Uzothu'thath' izinto zakho wena uyaphuma
Uyahamba awusabuyi
Uz'ufike emnyango ungavinjiwe
Uzothu'thath' izinto zakho wena uyaphuma, uyahamba
Uz'ufike emnyango ungavinjiwe

I am not a player
Ngine habit yokushela
Nge'ngikhone ukuk'khalela
I will be on to the next one
Calm down ukhalelani
Nayi i-Twinsaver
I am not gonna save you
Zama i-police station
Hhayi ukuthi angikufateli
Ukuthi angik'ncengi
Who gonna replace me
Ngiyakutshela I'm not asking

Get this song on
Apple Music

Get this song on
Spotify

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..