We do not have a sample of this song ):

Jabulani Hadebe (Sjava)'s picture

Confession.

(View album: Umqhele)



40% accurate

Yeah, yeah
Ngine-Confession
Ngicel uk’-confess(a)

Ngine-Confession
Ngicel uk’-confess(a), yeah
Ngine-Confession, yeah
Baby ngicel uku-confess(a)
Yazi ngiyasab' ukuk’thanda
'Saba ukuthi angeke ungithande the way, ngikuthanda ngakhona
Yeah
Ngyasaba ukukthanda
'Saba ukuthi angeke ungithande the way
Ngikuthanda ngakhona

Ngihlale ngiyibuza
Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na?
Ngyavakasha na? Emaphusheni akho
Enhlizizweni yakho, Nginendawo na?
Nginekhaya na? Ngingalala na?
Ngihlale ngiyibuza ,Mawlele uyangphupha na?
Uyangbona na? Ng'yavakasha na?
Emaphusheni akho
Enhliziyweni yakho Nginendawo na?
Nginekhaya na? Ngingalala na?
Malingishonel'ilanga

Ukufihl’ ak’sizi ngcono ngvele ngiphumele obala
Ngikutshele ngendlela engizizwa ngayo
Ngyavuma angiphiki
Ukuthi uyangithanda
Inkinga abukho ubufakazi
Izenzo azisasho lutho
Nokuthi 'I love you' sekwaba yinto elula
Elula usungayisho nanoma kubani
Ayisena value
Uthando lwamanga
Nolweqiniso lupendwe ngombala ofanayo
Hlampe wisigebengu

Ngixolele, ngixolele
Nami kumele ngiy’vikele
Ngixolele, ngixolele
Nami kumele ngiy’vikele
Wemntanomuntu

Ngob' umuhle, unakho konke, aw'shodi ngalutho lapho uphuma khona, k'onakalaphi?
You're too good to be true
Ngabe 'khona engingakwazi yini? Makukhona, 'cela ukhulume manje, kusese neskhathi
K'mele ungithembise ukuthi mangivuma lana
K'sasa angeke ungijikele
Ngith' umzimba u-right, konke ku-right
INhliziyo yami yiyo k'phela ekhathele
K'mele ngihlale ng'phapheme.

Get this song on
Apple Music

Get this song on
Spotify

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..