We do not have a sample of this song ):

Jabulani Hadebe (Sjava)'s picture

Grounding (Sjava and Delayde)

(View album: Isibuko)



40% accurate

K'thiwa umama uyakhala ekhaya
Uthi mtanami ng'cela uganwe
Ngamtshel' uthando lwamanje
Selihlukile manje ligcwele udlame
Wathi ngiyaz' akukholula wemtanami
Kodwa ngicela uzame
Nawe uyabon'ukuthi ilanda liyak'shonela manje
Luth'iy'ngane
Kuyoze kube nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka, amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok'xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yeka ukushela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa

Mama nami ngiyafisa ukugcagcwela
Ng'fane nezinye insizwa nami
Nawe mama uyiqhenye ngami
Okwahlula ubaba ukubone ngami
Sengilimale kakule othandweni
Inhliziyo yani iyopha ma
Mama unzongixolela ngalenqumo zami
Ngiyazi bayakupikelela bathi
Libi kimi
Libi kabi
Wemfazi ongazalanga
Uyothi wabonani
Gabi gabi
Gabi gabi
Wemfazi ongazalanga
Uyothi wabonani
Mhla ziw'shaya emhlabeni akwami

K'thiwa umama uyakhala ekhaya
Uthi mtanami ng'cela uganwe
Ngamtshel' uthando lwamanje
Selihlukile manje ligcwele udlame
Wathi ngiyaz' akukholula wemtanami
Kodwa ngicela uzame
Nawe uyabon'ukuthi ilanda liyak'shonela manje
Luth'iy'ngane
Kuyoze kube nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka, amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok'xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yeka ukushela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa

Get this song on
Apple Music

Get this song on
Spotify

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..