Kuzolunga...
Ohh noma yin' imvula uhlale wazi
Ukuthi l'sazokhany'ilanga
Awu noma yin' imvula uhlale wazi
Ukuthi l'sazokhany'ilanga
Mfowethu njobukhala
Sazojabula kusasa
Dadewethu njobukhala (njobukhala njalo)
Nawe uzojabula kusasa
Kubuhlungu ngiyazi
Themb'ulahlile ngiyazi
Nalengane oyimithi njengamanje
Awazi uzoyondla ngani
Mdali uzoyenz'iplani
Babuzoyenz'iplani
Ngobokungenzeki k'bantu
Ohh kuyenzeka kuye
Ngobokungenzeki k'bantu
Ohh kuyenzeka kuye
Maye okungenzeki k'bantu
Ooh kuyenzeka kuye
Ohh noma yin' imvula uhlale wazi
Ukuthi l'sazokhany'ilanga
Awu noma yin' imvula uhlale wazi
Ukuthi l'sazokhany'ilanga
Mfowethu njobukhala
Sazojabula kusasa
Dadewethu njobukhala (njobukhala njalo)
Nawe uzojabula kusasa
Okwamanje mhlampe nje
Akuhambi kahle
Eskoleni mhlampe nje
Awuphasi kahle
Emphantweni mhlampe nje
Akuhambi kahle
Ngokuzama ukufeza amaphupho
Bathi nje awuthathi kahle
Ngiyazi indabuko iyaficana
Ukujabula kuyashintshana
Ungakhala ngobuhlungu ubusuku nemini
But uthi uyak'buka buya teacher
Cha cha cha
Okubi angikugqugquzeli
Makubi asibaduduzeni
Ngithi mina qina, kholwa enkosini
Igolide uligubhe ubheke
Nakuwe kuyoze kulunge
Nakuwe kuyoze kuhlume
Mawuqhubeke kuyoze kuvume
Ngoba ezinoMdali ayisoze bune
Liyoze line nangakini
Kuyoze k'mile nangakini
Inkosi iyoze ime nangakini
Then inhlanhla iyoze seyiza kabili
Usazojabula kusasa
Inhlungu zisazonqamuka kusasa
Inkosi isazokutakula phansi
And mfowethu bazojabula ekhaya
Ohh noma yin' imvula uhlale wazi
Ukuthi l'sazokhany'ilanga
Awu noma yin' imvula uhlale wazi
Ukuthi l'sazokhany'ilanga
Mfowethu njobukhala
Sazojabula kusasa
Dadewethu njobukhala (njobukhala njalo)
Nawe uzojabula kusasa