We do not have a sample of this song ):

Ladysmith Black Mambazo's picture

Inkanyezi Nezazi (Star and the Wiseman)

(View album: Long Walk to Freedom)



80% accurate

Kuye kwamemeza abaphrofethi emandulo
Kumemeza abantu abadala kangaka
Webantwana anisalaleni ngani

Umbiko wok'zalwa kweNkosi uJesu
Nansoke inkanyezi enhle kunazo zonke
Eyalandelwa izazi zivela empumalanga

Baba baba wami, baba (hmm) bhinc' (hmm) ibheshu lakho
Zimemeza ngazwi linye (hmm) zithi (hmm) izelwe (hmm)
INkosi yamakhosi

Mama, mama wami; Mama, bhinci, sidwaba sakho
Vunula uphelele sisho ngaphimbo linye sithi izelwe iNkosi yamakhosi

(x4)
Uqin'sile umphrofethi
Yinhle kunazo zonke, masiyilandeleni khona sizophumelela

(x2)
Saqala sabezwa besho

Saze sabona nathi embhalweni

(x6)
Sabe sesiyakholwa, yiloko lokhu esikufundayo

(Continuously)
Saqala sabezwa besho
Saze sabona nathi embhalweni

Amen, Amen Halleluya Amen

Get this song on
Apple Music

Get this song on
Spotify

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..