We do not have a sample of this song ):

Jabulani Hadebe (Sjava)'s picture

Intombi

(View album: Umphako - EP)



40% accurate

Awu gege lagege ntombi za mgegele
Awkho soka ladla kahle imbhani ekhaya

Intombi ishelwa nga manga
Ngith' angisi isigebengu
Ngith' angiphuzi, angibhemi
Intombi ishelwa nga manga
Ngith' angisi isigebengu mina sisi
Angiphuzi, angibhemi
Uthi uya ngifaka?
Noma uya ngikhipha?
Ma ungkhipha ungikhiph' ekuhluphekeni
Ungifake enhl'zweni yakho
Uthi uya ngifaka?
Noma uya ngkhipha?
Ma ungifaka ungifake enhl'zweni yakho
Ungikhiphe ekuhluphekeni

Wee ntombi a ume lapho
Miswa yimina, umiswa ngumendo
Umshado okhulumayo (eish)
Ngith' yaz' ngilahle inumber yami
Okwami kwe zandla
Ngicele unginike yakho
Ngiyazi iqala ngo zero

Ngith' akekho omunye
Omuhle kunawe umhlaba wonke
Jikelele
Ngithi akekho omunye
Omuhle kunawe umhlaba wonke
Jikelele

We ntombi
Ngith' awuqome
Lashoni ilanga
Ngikutsheli into uyodwa (habe)
Lahla ukudlala ngami muntu omuhle
Thanda mina ngithande wena
Ngeke ngikudidise (eish)
Mhlawumbe ukhathele
Nje ngoba ngibhonga ngolaka kanje
Mina ukugijima enqondweni yami
Baby awuphumule.

Get this song on
Apple Music

Get this song on
Spotify

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..