We do not have a sample of this song ):

Anzo's picture

Mamhkize

(View album: 3310 - EP)

A Major (Ionian)

number of views for this lyric  2296 views

play button



40% accurate

Mamkhize

WemaMkise
Ngeke umane umlinde umntanami alale
Ngokuthula… ngiyakucela/
Ngunina ngamzala, nakimi kusika
Ngaphakathi enkabeni mangibona lezenzo/
Ifa lendoda… alidliwe kanje indoda isaphila emhlabeni/
Ifa lendoda… alidliwa kanje indoda isaphila emhlabeni

Unemneza, wayaphi unembeza/
Kubantu bakithi esiphila nabo… ume ngenhla/
Impela umona ume ngenhla/
Kubantu bakithi esiphila nabo…
Wawusholani ukuthi uyamthanda umuntu ube ungamthandi, mina ngiyaxakeka/
Wawusholani ukuthi uzomshada umuntu mawusazomxhaphaza, uze uthi uzomzalela
Buka manje.. umntanami uyayisola
Sekajikiswa nelanga ngathi uyi solar/
Imali osoyidlile indodla
Umntanami wathi uyathatha wathatha iqola
Singaze siqalekise uthando/
Ngenxa siqalekise uthando
Ngenxa yabantu abalispanisa as umphando
Singaze siqalekisenuthando/
Ngenxa yabantu abafuna ukuthi uzondenuthando ohhh…

WemaMkise
Ngeke umane umlinde umntanami alale
Ngokuthula… ngiyakucela/
Ngunina ngamzala, nakimi kusika
Ngaphakathi enkabeni mangibona lezenzo/
Ifa lendoda… alidliwe kanje indoda isaphila emhlabeni/
Ifa lendoda… alidliwa kanje indoda isaphila emhlabeni.

Get this song on
Apple Music

Get this song on
Spotify

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..