We do not have a sample of this song ):

Blaq Diamond's picture

Memeza (feat. Sjava)

(View album: Umuthi)

A Major (Ionian)

number of views for this lyric  2650 views

play button



40% accurate

Sengize ngasha nezwi ngimemeza
Ngimemeza
Kodwa akekh' osabelayo
Kodwa akekh' osabelayo
Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)
Ngimemeza (oh ngimemeza baba)
Kodwa akekh' osabelayo

Kodwa makumemeza bona hhayi
I'm always there when they need me,
They need me, they need me ngiyasabela
Kodwa makumemeza bona hhayi
I'm always there when they need me,
They need me, they need me ngiyasabela

We bafethu kanti yini eyanenza ningasabeli
Eyanenza ningasabeli mangikhala nami
Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana
Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana
Oh kanti nginamanga, nginamanga,
Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa

Oh kanti nginamanga, nginamanga,
Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa mina
Ngingamane ngithemb' itshe, kunokuthi ngithembe umuntu
Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala
Ngingamane ngithemb' itshe, kunokuthi ngithembe umuntu
Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala
Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo
Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa
Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo
Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa

Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)
Ngimemeza (oh ngimemeza baba)
Kodwa akekh' osabelayo
Kodwa akekh' osabelayo
Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)
Ngimemeza (oh ngimemeza baba)
Kodwa akekh' osabelayo

Makuwuwe ngikhala nawe
Makuyimi ngikhala ngedwa
Makuyimi ngikhala nawe
Makuyimi ngikhala ngedwa
Sengiqanjwe negama elisha
Thu "Mabizw' asabele"
Hlala nami Nkosi
Sengiqanjwe negama elisha weeh
Thu "Mabizw' asabele"
Tha angilifuni
Namhlanje kunje kunje kunje
Ngenxa yokulunga kwami
I care too much
Namhlanje kunje kunje kunjena nje
Ngenxa yokulunga kwami
I care too much.

Get this song on
Apple Music

Get this song on
Spotify

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..