Hay hay iphupha lami
Bafun' ukung'khahlela nje
Bafun' ukung'phucela konke mina
Ngeke ng'vume!
Bafun' ukung'khahlela nje
Bafun' ukung'phucela konke mina
Ngeke ng'vume!
Kade ng'sebenza ukuze ngibelana
Ngihamba ngihlangana
Nezilwane zabantu
Kunzima ndigixa, ndibila
Kumnyama, ndisiwa, ndibila
Lona lophel'ithemba
Ngimana ngiy'buza
Inhloso yel'phupha
mini?
Lona lo chela ithemba
Ngiya'buza
Inhloso yini?
Bafun' ukung'khahlela nje
Bafun' ukung'phucela konke mina
Ngeke ng'vume!
Bafun' ukung'khahlela nje
Bafun' ukung'phucela konke mina
Ngeke ng'vume!