We do not have a sample of this song ):

Jabulani Hadebe (Sjava)'s picture

Ngiyabonga

(View album: Umqhele)



40% accurate

Ngiyabonga (Thank you)
Ngyabonga
Ngibonge nabangasekho ekhaya oBhungane
Eshe

Nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla
Ngikwazi ukuvus' umuzi kababa
Kunini ngilokhu ngizabalaza
Nkosi ngyabonga ukuthi ukwazile ukingipha amandla
Ngikwazi ukuvus' umuzi kababa
Kunini ngilokhu ngizabalaza

Manje nami senginekhaya
Ujabulile umama
Uthi ukuzala ukuzelula
Basheshe bahleka
Manje nami senginekhaya
Ujabulile umama
Uthi ukuzala ukuzelula
Basheshe bahleka

Yazi ngike ngihlale phansi ngiybuze
(Iybusiso eyngaka ngabe kwenzenjani na?)
Ngabe konke lokhu ukupha omunye
(Ngoba mina nginjani yini ukhethe mina bo?)
Nkosi yathi mtanami ungayibuzi imibuzo
Ngoba impendulo ithi kulobunzima ophuma kubo
Yakhumbula kunzima umamakho bemhleka
Iymvula ezingapheli emgwaqeni zimnetha
Uzama uhluleka kodwa ulokhu ukhuleka
Thatha iybusiso ngoba awulahlanga ithemba

Ngoba ngicula lengoma
Ngithanda ukuyicula ngedwa
Nawe bekezela owakho umndeni uzowakhela
UHlengiwe Mhlaba wath' uyalalela
Futhi wayengaqambi amamanga
Buka manje uNkululu uyangibh'lesa
We mama mina ngiyakuthanda mama wami
Ubaba kuthiw' uyidlozi elihle empilweni yami.

Get this song on
Apple Music

Get this song on
Spotify

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..