(Intro)
Kwesta na magange baya kwezila
Ba phuma ama auti a'serious
Angithi uya understand'a guthi manje
Nje ngoba apeth is'squadrant
(Chorus)
I do, I do my darli
Two by two s'bambane
Ha e duma e a tsamaya
Buza kush' ubani, uNjandini
Ukuphi, ukuphi
Ula ejar'dini
Vroeg ng'vuka ngine barbie
Yeah ngisuthi ngikhube neyihlathi
Ngi no ? sibuthe neyinkabi
Buza kush' ubani
Kusho bani ? uNjandini
Ukuphi? Ula ejar'dini
(Verse 1)
Yazi shukuth' manj' yini?
K'dala ngihleli la endlini
Loko busha angitipi
Manje wena uhlushwa yini?
Ngob' isgubhu siphethe lentwana yase two times three
Ingoma, ibuswa yimi
Impendulo ntombazana, ngicel' ukiss
Nge night shift, si la sisi
(Verse 2)
Bathi ngeke silunge lana mfanakithi
Mele s'rube nabo enhlabathini
Thul' ubheke s'benzel' amachips
Manj' izinja zikhuluphel ngathi azina ama-ribs
Pocket full of hits, legendary hymns
Noma bangathini ntwana ngijaivis' uMampintsha
Quiet hay' angiringi kodwa intshaela iningi
Private with the wings bese s'bayizel' amajita
I-Starter i-Sushi, i-main ikota
I-Suburb, ilokishi, ntwana zwap siya qoqa
Bebath' angithusi, ngi-fake ngiyabhora
Bheka manje imali idliwa ngathi izobola (Hmm, hmm)