We do not have a sample of this song ):

Samthing Soweto's picture

Nodoli

(View album: Isiphithiphithi)

A Major (Ionian)

number of views for this lyric  2681 views

play button



80% accurate

Ngelanga lokuzalwa kwakho bengingazi
Ukuthi ngizokwenzani
Ngoba imali beyingekho
Ende mina nomamakho besiphelelwe ngamaplani
Kodwa yaringa I-phone eynzulwini zobusuku
Yaringa iphone ngilele
Kodwa waphona umama wakho wathi kimi sekunjalo kumele siye esibhedlela
Ngokukhulu ukuthuka

Ngashaya umthandazo omncane
Bese ngaphuthuma
Ngaba indlela eya kuwena
Ngokukhulu ukuthuka
Nga shaya umthandazo omncane
Bese ngaphuthuma
Ngaba indlela eya kuwena

UNodoli wam'
UNodoli yoh
Wena, wena uyingelosi encane

Ngathi meng'fika, ngamemeza ngale kosango
Kwanzim' ukulinda
Ngaphandle kwendlu ka gog' wakho
Kodwa nga ngeniswa ngaphakathi
Ngeynkathi zabathakathi
Ngize kinino wena nomamakho
Ngathi meng'fika, ngamemeza ngale kosango
Kwanzim' ukulinda
Ngaphandle kwendlu kagog' wakho
Kodwa nga ngeniswa ngaphakathi
Nge nkathi zabathakathi
Ngize kinino wena nomamakho

UNodoli wam'
UNodoli yoh
Wena, wena uyi ngelosi encani

Athilalala lolololo
Athilalala lolololo

Wena, wena uyi ngelosi encani
Athilalala lolololo
Athilalala lolololo
Wena, wena uyi ngelosi encani
Athilalala lolololo
Athilalala lolololo
Wena, wena uyi ngelosi encani
Athilalala lolololo
Athilalala lolololo
Wena, wena uyi ngelosi encani

Get this song on
Apple Music

Get this song on
Spotify

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..