We do not have a sample of this song ):

Anzo's picture

Umgani Wakho (feat. Aubrey Qwana)

(View album: 3310 - EP)

A Major (Ionian)

number of views for this lyric  2819 views

play button



40% accurate

Ey kunokugcwala inqwaba yenhlungu
Behind the smile
Mangithi ngizama ukuyibalekela lemizwa
Bathi Ngithanda utshwala
Angazi ngizotshela bani coz umngami uchathi Ngithanda ukunakwa
Angisakhoni ukuyimela lento, I-solution
yami mhlampe intambo

Ngithi ngikuyacela ngane yakwethu
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze injani impilo
(Bheka umngani wakho)
Ngithi ngiyakucela ngane yakwethu!
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze uyaphila yini mngani wami

Hello
Mfwethu bese ngiwile ukuthi empilweni awuphilanga kahle
Sekuphele izinsuku uyivalele ekameleni
Nasekhaya bakhathazekile ngawe
Khuluma nami
Oh thetha nami
Khuluma nami
Oh thetha nami

Musa ukufela ngaphakathi wena
Yeka ithuna lokuzakhela wena
Ekhaya bonke babheke wena

Ahhhh webaba
Ahhh webabe
Wena uyigazi lami
Wena uzalo and angisobe ngakulahla
Wena uyigazi lami
Wena uzalo wami and angisobe ngakulahla

Ngithi ngikuyacela ngane yakwethu
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze injani impilo
(Bheka umngani wakho)
Ngithi ngiyakucela ngane yakwethu!
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze uyaphila yini mngani wami

I-call eyodwa ingawenza umehluko
I-call eyodwa ingawenza umehluko
Umqondo
Ngithi I-call eyodwa ingawenza umehluko
Ngithi I-call yodwa vo ingamenza ashintshe umqondo

Cause singabantu siyakudinga ukwazi ukuthi siyakhathalelwa
Ngiyakholwa mina asilethelwanga ukuthi la emhlabeni sijabhisane
Abangani bangempela kmele babhekelane
Wathinta oyedwa, usithinte sonke rao atumela

Cause baningi abathi uk’bane sasazi ngabe samsiza
Abanye bathi ukbane samxhasa ngabe nje uyaphila
Ukube ngamlalela ngamthatha serious
Ngabe akuyena lona olele la kuleli thuna

Ngithi ngikuyacela ngane yakwethu
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze injani impilo
(Bheka umngani wakho)
Ngithi ngiyakucela ngane yakwethu!
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze uyaphila yini mngani wami
Ngithi ngikuyacela ngane yakwethu
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze injani impilo
(Bheka umngani wakho)
Ngithi ngiyakucela ngane yakwethu!
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze uyaphila yini mngani wami.

Get this song on
Apple Music

Get this song on
Spotify

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..