We do not have a sample of this song ):

Black Coffee's picture

Uthando (ft. Mbuso Khoza)

(View album: Music Is King)

A Major (Ionian)

number of views for this lyric  2590 views

play button



40% accurate

[Verse]
Thando uyadida, ngokuhlala enhliziyweni
Nhliziyo lawe uyaxhaka, nhokuhla emfihlakalweni
Awuko nowodwa umthambo okhombisa lapho okuhlala khona uthando
Engabe besabekhona na, abathanda ngakho konke abalakho
Abathanda ngomphefumulo wonke
Abathanda ngenhliziyo
Ngob' uthando silufuna endaweni ezahlukileyo
Abanye balufuna emalini uthando
Abanye balufuna ezimotweni, uthando
Awwwwu 'thando waze lwabadida
Kukho nkonke esikufunayo emhlabeni lesingakwenza
Uthando luhlalaendaweni yalo
Sizwa ngomusa lomgqhumu enhliziyweni
Ungasebenzangokuzikhandla, uzuze konke okufunayo
Kodwa uthando luyahlala emfihlakalweni iiiii
Kodwa uthando ligidiza lapho okungaboni muntu khona
Okwalwumhlaba kukandla inhliziyo, okwalelilizwe kuyawu kandl' umoya
Hlal' unjalo ufuna uthando laph' ongakhona
Hlal' unjalo uhlezi ndawonye lo thando
Hlal' unjalo ujaqa uqazindlеlaaaaa
Ehhhee futhi thandooo

Get this song on
Apple Music

Get this song on
Spotify

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..