We do not have a sample of this song ):

Samthing Soweto's picture

Uthando Lwempintshi Yakho

(View album: Isiphithiphithi)



80% accurate

Uthando Lwempintsh' yakho
Uthando Lwempintsh' yakho
Lona luphelele
Ngabe ng'camba 'manga
Bengithi liyashoda
Ngoba muhle umntana 'bantu muhle akazenzanga
Uthando lwempintsh' yakho yakho
Alifuni ukuphela

Ngoba yena uyangithanda
Kodwa mina ng'thanda wena

Besisepathini (besise pathini)
Naso sonk' iskim' (naso sonk' iskim')
Nan' ukuthi ben'baningi
Kodwa impintsh' yakho yeza kimi
Ahw
Besisepathini (besise pathini)
Naso sonk' iskim' (naso sonk' iskim')
Nan' ukuthi ben'baningi

Kodwa impintsh' yakho yeza kimi
Impintsh' yakho yeza kimi

Mina bengithanda wena
Kodwa ngazwana nomngani wakho woo
Manje ngiyazisola, sola, sola
Ukuthi bengenze njani ohh uk'thand' omuny' umuntu
Mina bengi thanda wena
Kodwa ngazwana nomngani wakho woo
Manje ngiyazisola, sola, sola
Ukuth' bengenza njani ohh ngithand' omuny' umuntu

Bengicela ning'xolele (heh heh)
Bengicela ning'xolele (heh heh)

Eish 'yazi ukuthini baby
Umngan' wakho ube yi-starter 'yazi
And uyazi wena bewuyi main course
Manje sengi confused
Ngi-stuck kuma-starter
Ng'hlale ngidlana nama garlic roll mara i-main course ayifiki
In other words ngithi ng'funa wena
Umngan' wakho uyi-starter
So as'khohlwe ngaye s'dile nge-dessert
Eish

Get this song on
Apple Music

Get this song on
Spotify

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..