(Verse 1)
Ready ready ready ready
1 2 3
S'thandwa sentliziyo kaze uzifihle phi?
Kant' awuboni ukuthi mina nawe safanelana
Manje manje manje
Awungitshele please!
Abantu abafana nawe kanti bavela phi
Ngoba soloko ngazalwa emhlabeni
Angaze ngiba bone abafana nawe
(Pre-chorus)
(Uthando lwakho uthando Lwakho wena)
Liya mangalisa (Mangaza)
Wenza kanjani?
Ukuthi ndikuthande so na
(Uthando lwakho uthando Lwakho)
(Thando) Luyangithusa (thusa)
Wenza kanjani? Ukuthi ndikuthande so na
Ngoba njalo mangi bona wena wena
Ngishayiwa luvalo
Hai ngithi njalo mangi bona wena wena
Ngishayiwa luvalo
(Chorus)
Ngishayiwa luvalo Ngishaywa luvalo
Ngishaywa luvalo Ngishaywa luvalo
(Verse 2)
Ngubani ongavuma? (awu mina angeke)
Awu lavi udlale ngami (awu mina angeke)
Awu ungenze ibhola (awu mina angeke)
Ngubani ongavuma?
No No No No No No
Thule lutu tu we no no no
No No No No No No
Thule lutu tu we no no no
No No No No No No
Thule lutu tu we no no no
No No No No No No
Thule lutu tu we eh ehe eh eh