We do not have a sample of this song ):

Jabulani Hadebe (Sjava)'s picture

Wamuhle

(View album: Umqhele)



40% accurate

This is the realest I ever wrote

Waze wamuhle sthandwa sami , umuhle usuthuli ebhokisini
Waze wamuhle ngathi uzovuka
Waze wamuhle themba lami , umuhle usuthuli ebhokisini
Waze wamuhle ngathi uzovuka
Ngathi uzovuka ungibambe futhi
Ngathi uzongisula izinyembezi futhi
Ngathi uzothi asiguqe sithandaze futhi
Ungitshel' ukuthi konke kuzoba right
Ngathi uzovuka ungibambe futhi
Ngathi uzongisula izinyembezi futhi
Ngathi uzothi asiguqe sithandaze futhi
Ungitshel' ukuthi konke kuzoba right
I'm waiting. I'm waiting...
I'm waiting , I'm waiting , I'm waiting for you to call again

Ngigcina ukuk'bona , wathi uzongfonela
Namanje ngisalindile , ifoni isathule weh
Ngigcina ukuk'bona , wathi uzongfonela
Namanje ngisalindile , ifoni isathule weh
Ngilahlekelwe uyazi , ukuthi abantu abazi
Inhliziyo ibhlungu uyazi , ukuthi abantu abazi

Goodbye , goodbye , goodbye
Konke ebesikuhlanganisile mina nawe emhlabeni sekuphelile
Goodbye my lover , goodbye my friend
Konke ebesikuhlanganisile mina nawe emhlabeni sekuphelile
See you on the other side (other side)
Maw'kuthi siyabonana ngempela mase sihambile emhlabeni

See you on the other side x4

Get this song on
Apple Music

Get this song on
Spotify

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..