Nzalabantu
Uyancomeka umsebenzi wakho
Imbewu yajik’ umphefumlo
Wavuselel’ izwe lakho
M’khulu umsebenzi wakho
Nzalabantu
Imbongi zonke zibabaza wena
Wabeletha ‘magug’ alomhlaba
Wavuselel’ izwe lakho
M’khulu umsebenzi wakho
Abazukulu babonga kuwe
Nezintsizwa zibonga kuwe
Nobaba babonga kuwe
Thina sonke sibonga kuwe
Ndlovukazi sibonga kuwe
Nomathamsanqa sibonga kuwe
Nomkhumulwane sibonga kuwe
Nomathemba
Nomusa
Nokuthula
Nobantu sibonga kuwe
Nomagugu
Nokwazi
Nomvula
Nonjabaulo sibonga kuwe
Nomzamo
Nomcebo
Nokulunga sibonga kuwe
Nokukhanya
Nolwandle
Nothando
Noxolo sibonga kuwe
Nthabiseng sibonga kuwe
Nomthandazo